Ubuhlobo Bakho NoNkulunkulu
Kungase kungabi lula ukuphila ngemithetho yeBhayibheli, kodwa uma uyilalela uzophila kamnandi. Thola ukuthi kanjani.
Ukukholelwa KuNkulunkulu
Intsha Ixoxa Ngokukholelwa KuNkulunkulu
Kule video eyimizuzu emithathu, abasebasha bachaza ukuthi yini ebaqinisekisayo ukuthi ukhona uMdali.
Kunengqondo Yini Ukukholelwa KuNkulunkulu?
Bona ababili abasebasha abanqoba ukungabaza, baqinisa ukholo lwabo.
Izizathu Zokholo—Ukuziphendukela Kwemvelo Noma Ukudalwa
UFabian noMarith bachaza ukuthi balumelela kanjani ukholo lwabo lapho kufundiswa ngokuziphendukela kwemvelo esikoleni.
Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 1: Kungani Kufanele Ukholelwe KuNkulunkulu?
Ingabe ungathanda ukuba nesibindi kakhudlwana sokuchaza ukuthi kungani ukholelwa kuNkulunkulu? Thola amacebiso okuthi ungaphendula kanjani uma othile ekubuza ngezinkolelo zakho.
Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 2: Kungani ungakholelwa Ukuthi Izinto Zazivelela?
Amaqiniso amabili ayisisekelo abonisa isizathu sokungabaza.
Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 3: Kungani Kufanele Ukholelwe Endalweni?
Ingabe kufanele uyiphike isayensi ukuze ukholelwe endalweni?
Indalo Noma Ukuziphendukela Kwemvelo?—Ingxenye 4: Ngingakuchaza Kanjani Ukukholelwa Kwami Endalweni?
Akudingeki ube ungoti kwezesayensi ukuze uchaze ukuthi kungani wena ubona kunengqondo ukuthi izwe elinezinto eziphilayo kwadalwa. Sebenzisa izibonelo ezilula nezinengqondo ezitholakala eBhayibhelini.
Kungani Ngikholelwa KuNkulunkulu?
Kulungele ukuchaza isizathu sakho ngenhlonipho, ngaphandle komuzwa wokuzinyeza noma wokuba namahloni.
Indlela Yokusondelana NoNkulunkulu
Kungani Kufanele Ngithandaze?
Ingabe ukuthandaza kumane nje kuyinto engenza ngizizwe ngcono?
Indlela Yokuthuthukisa Imithandazo Yakho
Leli khasi lomsebenzi lizokusiza uhlole imithandazo yakho.
Kungani Kufanele Ngiye Emihlanganweni Eba SeHholo LoMbuso?
Kabili ngesonto, oFakazi BakaJehova baba nemihlangano endaweni ebizwa ngokuthi iHholo LoMbuso. Kwenzekani kuleyo mihlangano, futhi ukuya kuyo kungakusiza kanjani?
Ngingakuyeka Kanjani Ukuphila Okumbaxa-mbili?
Izindlela ezine ezingakusiza uyeke ukuphila ngendlela ekhohlisayo.
Funda Kubantu AbaseBhayibhelini
Zazise Izinto Ezingcwele!
Ungabonisa ngaziphi izindlela ukuthi uyazazisa izinto ezingcwele?
Samukele Ngentobeko Isiyalo
Yini ongayifunda endleleni uNathani ayala ngayo uDavide?
Vikela Ukukhulekela Kweqiniso!
Kukuziphi izici zokuphila lapho ungabonisa khona isibindi ngokwengeziwe ngokuqondene nokukhulekela?
UNkulunkulu Welapha UHezekiya
Funda indaba yeBhayibheli ukuze ubone ukuthi ungalithuthukisa kanjani izinga lemithandazo yakho.
Basindiswa Esithandweni Somlilo!
Funda ngokubaluleka kokumelela izinkolelo zakho.
UNkulunkulu Wawuphendula Umthandazo KaNehemiya
Funda ngoNehemiya, futhi ubone indlela uNkulunkulu amsiza ngayo ukuba amelane nabaphikisi.
Ingabe Uyosibonisa Isihe?
Cabangisisa ngomfanekiso womSamariya olungileyo ubone ukuthi yiziphi izifundo ongafunda.
Ukufunda Nokutadisha IBhayibheli
Intsha Ikhuluma Ngokufunda IBhayibheli
Akulula ukufunda, kodwa ukufunda iBhayibheli kuhlukile. Abasebasha abane, bachaza indlela ukufunda iBhayibheli okubasiza ngayo.
Lingangisiza Kanjani IBhayibheli?
Impendulo ingakusiza ujabule kakhulu ekuphileni.
Izizathu Zokholo—Ukuphila Ngemithetho KaNkulunkulu Kunokuphila Ngeyami
Intsha esikhulakhulile ichaza indlela eyayigwema ngayo imiphumela emibi ababefunda nayo ababhekana nayo.
Lingangisiza Kanjani IBhayibheli?Ingxenye 1: Ukufunda IBhayibheli Lakho
Ukube ubungathola ibhokisi elidala eligcwele umcebo, ubungeke yini ufune ukwazi ukuthi ungathola malini ngezinto eziphakathi? IBhayibheli liyafana nalelo bhokisi elinomcebo. Ligcwele amagugu amaningi.
Lingangisiza Kanjani IBhayibheli?—Ingxenye 2: Kujabulele Ukufunda IBhayibheli
Kunezinto ezinhlanu ezingakusiza wenze ukufunda iBhayibheli kube mnandi.
Ukukhula Ngokomoya
Ngingawuqeqesha Kanjani Unembeza Wami?
Unembeza wakho uveza lokho oyikho nalokho okukholelwayo. Unembeza wakho wembulani ngawe?
Ngingawalungisa Kanjani Amaphutha Ami?
Kungenzeka isixazululo asikho nzima njengoba ucabanga.
Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?—Incazelo Yobhapathizo
Uma ucabanga ukubhapathizwa, kufanele uqonde kuqala ukuthi kusho ukuthini.
Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?—Ukulungiselela Ubhapathizo
Sebenzisa le mibuzo ukuze uthole ukuthi usukulungele yini ukubhapathizwa.
Ingabe Kufanele Ngibhapathizwe?—Ngibanjwe Yini?
Uma wethuka lapho ucabanga ukubhapathizwa, lesi sihloko singakusiza.
Yini Okufanele Ngiyenze Ngemva Kokubhapathizwa?—Ingxenye 1: Hlale Umatasa
Ngemva kokubhapathizwa kwakho, yiba nobungani obuhle noNkulunkulu. Qhubeka ufunda iBhayibheli, uthandaza, uxoxa ngezinkolelo zakho, uya nasemihlanganweni yobuKristu.
Yini Okufanele Ngiyenze Ngemva Kokubhapathizwa?—Ingxenye 2: Gcina Ubuqotho Bakho
Thola indlela ongasifeza ngayo isifungo sakho sokuzinikezela kuJehova.
Izizathu Zokholo—Uthando Lunqoba Ukungabi Nabulungisa
Uthando ezweni eligcwele ukungabi nabulungisa—singaba kanjani nesandla ekwenzeni ushintsho lwangempela?
UCameron Wathola Ukuphila Okungcono Kakhulu
Uyakufuna ukuphila okwanelisayo? Lalela njengoba uCameron elandisa ngendlela akuthola ngayo ukuphila okwanelisayo endaweni engalindelekile.