Dlulela kokuphakathi

Imininingwane NgeHhovisi Nokubuka Indawo

Sikwamukela ngokufudumele ukuba uzobona amahhovisi ethu nezindawo zokunyathelisa. Thola izindawo ezikuzo nezikhathi zokubuka indawo.

 

Ukubukwa Kwezakhiwo Zegatsha: Emazweni amaningi, kusukela ngomhla ka-1 Juni, 2023, sizophinde siqhubeke nokubuka amahhovisi egatsha. Ukuze uthole imininingwane, thinta igatsha ofisa ukulivakashela. Sicela ungavakashi uma sekutholakale ukuthi une-COVID-19, unezimpawu zomkhuhlane, noma uma muva nje uke wahlangana nomuntu okutholakale ukuthi une-COVID-19.

Thailand

78/12 Mu 2, Serithai Rd., Soi 31

Klongkum, Buengkum

Bangkok 10240

THAILAND

+66 2-375-2200

+66 2-732-4971

Isikhathi Sokubuka Indawo

UMsombuluko kuya kuLwesihlanu

Ngo-8:00 ekuseni kuya ku-11:00 ekuseni nango-1:00 ntambama kuya ku-4:00 ntambama

Kuthatha ihora

Okuvelele

Kuhunyushwa izincwadi zeBhayibheli ngesiThai, isiLaotian nesiLahu. Kuqondiswa umsebenzi woFakazi BakaJehova eThailand naseLaos.

Dawuniloda incwajana ebonisa indawo.