Lingisa Ukholo Lwabo

Kulolu chungechunge lwamavidiyo, funda ezibonelweni eziseBhayibhelini zabesilisa nabesifazane abathembekile.

Lingisa Ukholo Lwabo—U-Abrahama, Ingxenye 1

Kule vidiyo, bona ukuthi yini eyenza u-Abrahama waqiniseka ukuthi uJehova uzifeza zonke izithembiso zakhe.

Lingisa Ukholo Lwabo—U-Abrahama, Ingxenye 2

Kule vidiyo, bona ukuthi yini eyasiza u-Abrahama wabusiswa yena nawo wonke umuntu.

Lingisa Ukholo Lwabo—URebheka

URebheka uzoba nalo yini ukholo lokusuka kubo ahamba aye endaweni angayazi?

Lingisa Ukholo Lwabo—UMiriyamu

Sonke siyawenza amaphutha, noMiriyamu wawenza. Bona ukuthi ukholo lwakhe kuJehova lwamsiza kanjani wazuza esiyalweni asithola.

Okunye Ongase Ukuthande

UKUKHOLELWA KUNKULUNKULU

Lingisa Ukholo Lwabo

Lingisa izibonelo zamadoda nabesifazane abathembekile abaseBhayibhelini, usondele kuNkulunkulu.