Dlulela kokuphakathi

Dlulela ohlwini lokuphathi

AbaHluleli

Izahluko

1 2 3 4 5 6 7 8 9 10 11 12 13 14 15 16 17 18 19 20 21

Okuphakathi

  • 1

    • Ukunqoba kukaJuda noSimeyoni (1-20)

    • AmaJebusi ayaphikelela nokuhlala eJerusalema (21)

    • UJosefa uthatha iBhethele (22-26)

    • AmaKhanani awaxoshwa wonke (27-36)

  • 2

    • Isixwayiso esivela engelosini kaJehova (1-5)

    • UJoshuwa uyafa (6-10)

    • Kumiswa abahluleli abazosindisa u-⁠Israyeli (11-23)

  • 3

    • UJehova uvivinya u-⁠Israyeli (1-6)

    • U-Otheniyeli, uMahluleli wokuqala (7-11)

    • UMahluleli u-⁠Ehudi ubulala inkosi ekhuluphele u-⁠Egiloni (12-30)

    • UMahluleli uShamgari (31)

  • 4

    • Inkosi yamaKhanani uJabini icindezela u-⁠Israyeli (1-3)

    • Umprofethikazi uDebora noMahluleli uBharaki (4-16)

    • UJayeli ubulala induna yempi uSisera (17-24)

  • 5

    • Ingoma yokunqoba kaDebora noBharaki (1-31)

      • Izinkanyezi zilwa noSisera (20)

      • Umfudlana waseKishoni uyabakhukhula (21)

      • Labo abathanda uJehova bafana nelanga (31)

  • 6

    • AbakwaMidiyani bacindezela u-⁠Israyeli (1-10)

    • Ingelosi iqinisekisa uMahluleli uGideyoni ukuthi uzosekelwa (11-24)

    • UGideyoni ubhidliza i-⁠altare likaBhali (25-32)

    • Umoya kaNkulunkulu usebenza kuGideyoni (33-35)

    • Isivivinyo esenziwa ngoboya bemvu (36-40)

  • 7

    • UGideyoni namadoda angu-300 (1-8)

    • Ibutho likaGideyoni linqoba abakwaMidiyani (9-25)

      • “Inkemba kaJehova nekaGideyoni!” (20)

      • Isiphithiphithi ekamu lakwaMidiyani (21, 22)

  • 8

    • Abakwa-Efrayimi baxabana noGideyoni (1-3)

    • Amakhosi akwaMidiyani ayajahwa bese ebulawa (4-21)

    • UGideyoni uyenqaba ukuba yinkosi (22-27)

    • Ukufingqwa kokuphila kukaGideyoni (28-35)

  • 9

    • U-Abhimeleki uba yinkosi eShekemi (1-6)

    • Umzekeliso kaJothamu (7-21)

    • U-Abhimeleki ubusa ngonya (22-33)

    • U-Abhimeleki uhlasela iShekemi (34-49)

    • Owesifazane ulimaza u-⁠Abhimeleki; uyafa (50-57)

  • 10

    • AbaHluleli uThola noJayire (1-5)

    • U-Israyeli uyavukela abuye azisole (6-16)

    • Abakwa-Amoni basongela u-⁠Israyeli (17, 18)

  • 11

    • UMahluleli uJefta uyaxoshwa, kamuva ubekwa njengomholi (1-11)

    • UJefta ubonisana nabakwa-Amoni (12-28)

    • Isifungo sikaJefta nendodakazi yakhe (29-40)

      • Ukuphila kwendodakazi ingashadile (38-40)

  • 12

    • Ingxabano nabakwa-Efrayimi (1-7)

      • Isivivinyo ngegama elithi Shibholeti (6)

    • AbaHluleli u-⁠Ibhizani, u-⁠Eloni no-Abhidoni (8-15)

  • 13

    • Ingelosi ivakashela uManowa nomkakhe (1-23)

    • Ukuzalwa kukaSamsoni (24, 25)

  • 14

    • UMahluleli uSamsoni ufuna inkosikazi engumFilisti (1-4)

    • USamsoni ubulala ibhubesi esizwa umoya kaJehova (5-9)

    • Isiphicaphicwano sikaSamsoni emshadweni (10-19)

    • UmkaSamsoni unikwa enye indoda (20)

  • 15

    • USamsoni uyaziphindiselela kumaFilisti (1-20)

  • 16

    • USamsoni useGaza (1-3)

    • USamsoni noDelila (4-22)

    • USamsoni uyaziphindiselela bese eyafa (23-31)

  • 17

    • Izithixo zikaMika nompristi wakhe (1-13)

  • 18

    • AbakwaDani bafuna izwe (1-31)

      • Izithixo zikaMika nompristi wakhe kuyathathwa (14-20)

      • ILayishi liyanqotshwa bese liqanjwa ngokuthi kukwaDani (27-29)

      • KwaDani kukhonzwa isithixo (30, 31)

  • 19

    • AbakwaBhenjamini baba necala lokudlwengula eGibheya (1-30)

  • 20

    • Kuliwa nabakwaBhenjamini (1-48)

  • 21

    • Isizwe sakwaBhenjamini siyasinda ekuqothulweni (1-25)