Indalo Iyamangalisa
1.Ngizw’ izinyoni ziculel’ ukusa.
Nezinkanyezi ziphela kuphum’ ilanga.
Imsebe yelanga, ezihlahleni,
Kunomoya wehlobo, uyanyenyeza.
(PRE-CHORUS)
Ngicule, “O Jah, Jehova Nkosi,
Indalo iyamangalisa.” Ng’bheka phezulu,
Ngimangazwe uthando lwakho.
(CHORUS)
Ngibuk’ indalo ngikuculele.
Ngibuk’ indalo ngisho ngephimbo,
Ngik’culele.
2. Izidalw’ ezihambahambayo—
Imini nobusuku—ingab’ uyazizwa?
Ezintabeni naphansi olwandle,
Konke kuculele udumo kuJah.
(PRE-CHORUS)
Ngicule, “O Jah, Jehova Nkosi,
Indalo iyamangalisa.” Ng’bheka phezulu,
Ngimangazwe uthando lwakho.
(CHORUS)
Ngibuk’ indalo ngikuculele.
Ngibuk’ indalo ngisho ngephimbo,
Ngik’culele.
(BRIDGE)
Lapho sibheka ngale kwalokhu,
Siyoya simthanda kangcono uMniki kuphila.
(PRE-CHORUS)
Ngicule, “O Jah, Jehova Nkosi,
Indalo iyamangalisa.” Ng’bheka phezulu,
Ngimangazwe uthando lwakho.
(CHORUS)
Ngibuk’ indalo ngikuculele.
Ngibuk’ indalo ngisho ngephimbo.
Ngibuk’ indalo ngikuculele.
Ngibuk’ indalo ngikuculele.
Ngibuk’ indalo ngikuculele.
Ngisho ngephimbo.
Ngik’culele.