Ngiphe Isibindi
Dawuniloda:
1. Ngigcwel’ ukwesaba—
Kumnyama phambili.
Ungihola ngokukhanya;
Ngiyaz’ useduze.
Impilo inzima,
Kodwa ngiyakwazi:
UnguNkulunkul’ oqotho;
Ngiphephela kuwe.
(CHORUS)
Jehova, vul’ amehl’ ami.
Ngisize ngibone
Ukuthi baning’ abanathi.
Nginike is’bindi.
Baba, ngiph’ is’bindi;
Ngizobekezela.
Jehova, ngiph’ is’bindi;
Wena uzonqoba.
2. Nginalo uvalo,
ngoba ngiwumuntu.
Ube yis’phephelo kimi;
Awuphel’ amandla.
Ngiphe isibindi,
Ungenze ngiqine.
Akukh’ okuzongivimba—
Najele, nathuna.
(CHORUS)
Jehova, vul’ amehl’ ami.
Ngisize ngibone
Ukuthi baning’ abanathi.
Nginike is’bindi.
Baba, ngiph’ is’bindi;
Ngizobekezela.
Jehova, ngiph’ is’bindi;
Wena uzonqoba.
(CHORUS)
Jehova, vul’ amehl’ ami.
Ngisize ngibone
Ukuthi baning’ abanathi.
Nginike is’bindi.
Baba, ngiph’ is’bindi;
Ngizobekezela.
Jehova, ngiph’ is’bindi;
Wena uzonqoba.
Jehova, ngiph’ is’bindi;
Wena uzonqoba.