INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO Novemba 2024
Lo magazini unezihloko ezizofundwa ngoJanuwari 6–Febhuwari 2, 2025.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 44
Ongakwenza Lapho Uphathwa Ngendlela Engenabulungisa
Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 6-12, 2025.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 45
Funda Emazwini Okuvalelisa Ashiwo Amadoda Athembekile
Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 13-19, 2025.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 46
Bazalwane—Niyazibekela Yini Umgomo Wokuba Inceku Ekhonzayo?
Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 20-26, 2025.
ISIHLOKO ESIFUNDWAYO 47
Bazalwane—Niyazibekela Yini Umgomo Wokuba Umdala?
Sizofundwa ngeviki likaJanuwari 27–Febhuwari 2, 2025.
INDABA YOKUPHILA
UJehova Wasinika Amandla Ngesikhathi Kunempi Nangesikhathi Kunokuthula
UPaul no-Anne Crudass balandisa indlela uJehova abasize ngayo futhi wabaqinisa ngesikhathi kunempi nangesikhathi bebhekene nolunye uvivinyo olunzima.
Okungakusiza Utadishe Njalo
Amacebiso amane angakusiza usenze njalo isifundo somuntu siqu futhi usijabulele.
Thola Indawo Ekahle Ozotadishela Kuyo
Cabanga ngamacebiso amathathu angakusiza ukwazi ukugxilisa ingqondo lapho utadisha.