INQABAYOKULINDA No. 1 2016 | Kungani Kumelwe Uthembeke?

Abantu abaningi baqamba amanga okungenani kanye ngemva kwemizuzu eyishumi. Kungani kumelwe sizame ukwehluka?

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Ingabe Ukwethembeka Kuyisidala?

Okwenzeka kuHitoshi kungenza ukwethembeka kubonakale kuyisidala.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Indlela Ukungathembeki Okukuthinta Ngayo

Thola iqiniso ngamanga.

ISIHLOKO ESISESEMBOZWENI

Okwenza Ukwethembeka Kuzuzise

Ukulandisa okubonisa ukubaluleka kokwethembeka.

IBHAYIBHELI LISHINTSHA UKUPHILA

Nginike Unyaka Owodwa Nje Wokuthula Nenjabulo

U-Alain Broggio wathintwa ngokujulile eyoku-1 Johane 1:9 eseBhayibhelini.

Ingabe Bewazi?

Ngezikhathi zeBhayibheli, imiqulu yayenziwa kanjani futhi isetshenziswa kanjani? Babengobani “abapristi abakhulu” okukhulunywa ngabo emiBhalweni yamaKristu yesiGreki?

Indlela Yokunqoba Ukuzizwa Ungalondekile

Izinto ezintathu ezingakusiza uzizwe ulondekile.

UKUHLAKANIPHA KWASENDULO OKUSASEBENZA NANAMUHLA

Ungakhathazeki

UJesu akagcinanga ngokuthi singakhathazeki ngalutho, wachaza nendlela yokukwenza lokho.

Lithini IBhayibheli?

Ingabe abafileyo bangaphinde baphile?

Ezinye Izihloko Ezikuyi-Internet

Ingabe IBhayibheli Lingangisiza Uma Ngicindezelekile?

Kunezinto ezintathu uNkulunkulu asipha zona ngomusa ukuze sikwazi ukubhekana nemizwa yokucindezeleka.