INQABAYOKULINDA—EFUNDWAYO Febhuwari 2015
Lo magazini uqukethe izihloko ezizofundwa kusukela ngo-April 6 kuya ku-May 3, 2015.
Lingisa Ukuthobeka Nesisa SikaJesu
Eyoku-1 Petru 2:
Lingisa Isibindi Nokuqonda KukaJesu
Lokho okulotshwe eBhayibhelini kusifundisa ukuthi uJesu uluhlobo luni lomuntu. Funda ngendlela esingalandela ngayo izinyathelo zakhe eduze ngokuphathelene nokulingisa isibindi nokuqonda kwakhe.
Ukulungiselela Izizwe ‘Imfundiso KaJehova’
AmaKristu okuqala aphumelela kangakanani ekushumayeleni izindaba ezinhle? Yini okungenzeka ukuthi yenza umsebenzi wokushumayela waba lula ekhulwini lokuqala kunangezinye izinkathi emlandweni?
UJehova Uqondisa Umsebenzi Wethu Wokufundisa Emhlabeni Wonke
Yini eye yenzeka ezikhathini zamuva eye yavumela izinceku zikaJehova ukuba zishumayele izindaba ezinhle ngokuphumelelayo emhlabeni wonke?
IJapane Ithola Isipho Ebingasilindele
EJapane kwakhululwa incwadi entsha enesihloko esithi ‘The Bible
Londoloza Intshiseko Yakho Ngenkonzo
Siyazi ukuthi ukumemezela izindaba ezinhle kuwumsebenzi obaluleke kakhulu esingawenza namuhla. Singayilondoloza futhi siyikhulise kanjani intshiseko yethu ngenkonzo yobuKristu?