INQABAYOKULINDA​—EFUNDWAYO Septhemba 2015

Lo magazini unezihloko ezifundwa kusukela ngesonto lika-October 26 kuya kwelika-November 29, 2015.

Ingabe Uyasifinyelela Isilinganiso Sokuvuthwa KukaKristu?

Kungakhathaliseki ukuthi sesinesikhathi eside kangakanani sikhonza uJehova, singaqhubeka sithuthuka ngokomoya.

Ingabe Ungawethemba Unembeza Wakho Ukuba Ukuqondise?

Bona ukuthi ungakusiza kanjani wenze izinqumo ezihlakaniphile mayelana nempilo, ezokuzilibazisa nasemsebenzini wokushumayela.

‘Yimani Niqine Okholweni’

Yini esingayifunda ngokholo kulokho uPetru abhekana nakho lapho ehamba phezu kwamanzi?

UJehova Usithanda Ngaziphi Izindlela?

Ingabe ukuthola kunzima ukuqonda noma ukwamukela ukuthi uJehova uyasithanda?

Singabonisa Kanjani Ukuthi Siyamthanda UJehova?

Kuhileleke okungaphezu kwemizwelo.